Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/12 k. 8
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izintshumayelo Eziyisibonelo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 7/12 k. 8

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Zokuqala Izifundo ZeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Ku-August

“Ngokuvamile namuhla abantu baveza uJesu njengoba ayenjalo eminyakeni engu-2 000 edlule, kungaba njengomntwana osemkhombeni noma njengendoda elenga esigxotsheni sokuhlushwa. Nokho, ucabanga ukuthi uJesu wenzani manje? [Lindela impendulo.] Phawula lokho okushiwo lapha.” Nika umninikhaya INqabayokulinda ka-August 1, bese nixoxa ndawonye ngendaba esesihlokwaneni sokuqala ekhasini 16 nangomBhalo owodwa okungenani. Hambisa omagazini bese uhlela ukubuya nizoxoxa ngombuzo olandelayo.

INqabayokulinda August 1

“Abantu abaningi bayakholelwa ukuthi izimangaliso ziyenzeka. Abanye bayazingabaza. Ucabanga ukuthi izimangaliso ziyenzeka ngempela? [Lindela impendulo.] Lesi sithembiso sesimangaliso esizokwenzeka esikhathini esizayo sinikeza abantu abaningi ithemba. [Funda umBhalo owodwa kwesekhasini 9-10.] Lo magazini uphendula imibuzo emithathu evamile ngezimangaliso.”

Phaphama! August

“Kulezi zinsuku, abantu abaningi bayesaba ukuhamba bodwa, ikakhulu ebusuku. Ucabanga ukuthi kukhona okungenziwa ukuze kuncishiswe ubudlova kuleli zwe? [Lindela impendulo.] Lo magazini uxoxa ngezinto ezithile sonke esingazenza ukuze sibe nokuthula okwengeziwe nabanye. Ubuye uxoxe nangendlela lesi siprofetho esikhuthazayo esiyogcwaliseka ngayo.” Funda iHubo 72:7.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela