Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • th isif. 11 k. 14
  • Intshiseko

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Intshiseko
  • Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukuzama Ukufinyelela Inhliziyo
    Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
  • Fundisa Ngentshiseko
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
  • Imfudumalo Nozwela
    Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
  • Iyafundisa
    Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
Bheka Okunye
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
th isif. 11 k. 14

ISIFUNDO 11

Intshiseko

UmBhalo obekiwe

Roma 12:11

OKUFANELE UKWENZE: Khuthaza izilaleli zakho ngokukhuluma ngentshiseko.

INDLELA ONGAKWENZA NGAYO:

  • Qale ukuqonde wena ozokusho. Njengoba ulungiselela, cabanga ngokuthi kungani indaba ozokhuluma ngayo ibalulekile. Yazi kahle indaba ozokhuluma ngayo, ukuze ukhulume ngokusuka enhliziyweni.

  • Cabanga ngezilaleli zakho. Cabangisisa ngokuthi lokho ozokufunda noma ozokufundisa kuzobasiza kanjani abanye. Cabanga ngendlela ongayethula ngayo indaba yakho, ezokwenza izilaleli zakho ziyithande kakhulu.

  • Yiba nomdlandla. Khuluma ngentshiseko. Nyakazisa umzimba ngendlela engokwemvelo futhi ubuso bakho abubonise indlela ozizwa ngayo.

    Icebiso

    Qaphela ukuba ungaphazamisi izilaleli zakho ngokulokhu unyakaza ngendlela efanayo njalo. Gwema nokunyakazisa umzimba ngokungadingekile. Bonisa umdlandla ikakhulu lapho ufundisa amaphuzu abalulekile noma ukhuthaza izilaleli zakho ukuba zenze okuthile. Ungakhathazi izilaleli zakho ngokuba nentshiseko kusukela ekuqaleni kuze kube sekupheleni kwenkulumo yakho.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela