Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 2/12 k. 4
  • ISimiso Sesonto Lika-March 5

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-March 5
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 5
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 2/12 k. 4

ISimiso Sesonto Lika-March 5

ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 5

INgoma 103 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

bt isahl. 17 ¶15-19 (25 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Jeremiya 1-4 (10 imiz.)

No. 1: Jeremiya 3:14-25 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Okwenza Siziqhayise Ngokubizwa Ngegama LikaJehova—Isaya 43:12 (5 imiz.)

No. 3: Uyini Umbono WeBhayibheli Ngesehlukaniso Nangokuphinde Ushade?—rs k. 388 ¶1-4 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 94

5 imiz: Izaziso.

10 imiz: Zuza Kwethi Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke—2012. Khulumela kafushane isethulo. Ngemva kwalokho, mema izilaleli ukuba zisho ukuthi isiphi isikhathi ezisibekele eceleni ukuze zihlole umBhalo wosuku nokuthi zizuze kanjani. Phetha ngokuxoxa ngomBhalo oyisihloko sonyaka ka-2012.

10 imiz: Izidingo zebandla.

10 imiz: Izindlela Zokuhambisa Omagazini Ngo-March. Ingxoxo. Sebenzisa umzuzu owodwa noma emibili uxoxe ngezihloko ezimbalwa ezingakhanga ensimini yenu. Ngemva kwalokho, usebenzisa isihloko esisekhasini elingaphandle le-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele imibuzo evusa isithakazelo engase ibuzwe kanye nevesi elingafundwa. Yenza okufanayo nangezihloko eziwuchungechunge ze-Phaphama! futhi uma isikhathi sivuma, ungahlanganisa nesinye isihloko komunye walabo magazini. Makube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.

INgoma 75 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela