Uhlu Lokuphakathi
May 8, 2000
Yini Engenziwa Ngamabhomu Agqitshwayo?
Unyaka ngamunye amabhomu agqitshwayo abulala noma agoge abantu ababalelwa ku-26 000. Izisulu eziningi kuba abantu abangekho empini—ngisho nezingane. Ingabe luyoke luqedwe usongo lwamabhomu agqitshwayo?
4 Izindleko Zamabhomu Agqitshwayo
8 Umhlaba Ongenawo Amabhomu Agqitshwayo
12 “Uzokufa!”
14 Lapho “Umfundisi Omncane” Ebuyela Ekhaya
16 Umlando Omangalisayo “Wezwe Elinezinto Ezinhlobonhlobo”
25 Inyoni Ingasifundisani Isiboshwa?
26 Ingabe Awuzwani Ne-lactose?
30 Okuphawulwa Abafundi Balo Magazini
31 Liyini Ithemba Ngengculaza E-Afrika Enkulungwaneni Entsha Yeminyaka?
32 Indlela Yokujabulela Ukuphila Komkhaya Okuthokozisayo
Indlela Yokubhekana Nokuphelelwa Yithemba 20
Bonke abantu bavame ukuphelelwa yithemba. IBhayibheli lingakusiza kanjani ukuba ubhekane nemizwa ejulile yokudikibala?
Kusukela azalwa, uLoida wayengakwazi ukukhuluma. Yini eyamsiza ukuba akwazi ukukhuluma ngokokuqala ngqá ngemva kweminyaka engu-18?
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
Cover: Copyright Adrian Brooks Photography
Copyright David Chancellor/Alpha