Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/05 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 6/05 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda June 15

“Abaningi bethu bayochitha isikhathi esiningi sokuphila kwabo besebenza. Abanye bakubheka njengesibusiso lokhu; kuyilapho abanye bekubheka njengesiqalekiso. Wena ucabangani? [Lindela impendulo, bese ufunda umShumayeli 2:24.] Lo magazini ubonisa indlela iBhayibheli elingasisiza ngayo sibe nombono olinganiselayo ngomsebenzi. Uchaza nendlela yokusingatha ukucindezeleka emsebenzini.”

INqabayokulinda July 1

“Sonke kunabantu esibaziyo ababonakala bechuma kodwa abanomuzwa wokuthi kukhona abakuntulayo ekuphileni. Ucabanga ukuthi yini abayifunayo? [Lindela impendulo, bese ufunda uMathewu 5:3.] Lo magazini uxoxa ngesihluthulelo esibalulekile sokuthola ukuthula kwangaphakathi—ukwanelisa isidingo sethu esingokomoya.”

Phaphama! July 8

“Ucabanga ukuthi umphakathi wethu ubuyoba indawo engcono ukube wonke umuntu ubephila ngala mazwi? [Funda eyabase-Efesu 4:28, bese ulindela impendulo.] Lo magazini ukhuluma ngokulahlekelwa okukhulu sonke esibhekana nakho ngenxa yabantu abeba ezitolo. Ubonisa nendlela lokhu kweba, kanye nazo zonke izinhlobo zobugebengu, ezizophela ngayo maduze.”

“Njengoba kunokuncintisana okukhulu kangaka emisebenzini namuhla, ukuswela umsebenzi kuyinkinga enkulu. Lo magazini ukhuluma ngezihluthulelo ezinhlanu zokuthola umsebenzi. [Mbonise izihlokwana ezibhalwe ngokugqamile esihlokweni esithi “Izihluthulelo Ezinhlanu Zokuthola Umsebenzi.”] Unikeza namacebiso awusizo okuthi ungawulondoloza kanjani umsebenzi.” Funda izAga 22:29, ezicashunwe ekhasini 10.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela