Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/05 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
  • Ongase Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2002
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 12/05 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Dec. 15

“Abantu abaningi bakhathazekile ngokuthi inkathi kaKhisimusi noNcibijane isigxile kakhulu kwezentengiselwano. Ingabe nawe ucabanga ukuthi abantu sebelahlekelwe umbono oqondile ngenjongo yale nkathi? [Lindela impendulo.] Lo magazini ukhuluma ngendlela aye ashintsha ngayo amasiko ahlangene nala maholidi njengoba isikhathi siqhubeka. Ubuye ukhulume nangendlela esingamdumisa ngayo ngempela uNkulunkulu noKristu.” Funda uJohane 17:3.

INqabayokulinda Jan. 1

“Abantu banamandla okwenza izinto eziningi ezinhle, kodwa bavamé ukwenza ububi obungachazeki. Wake wazibuza yini ukuthi kungani kunjalo? [Lindela impendulo.] Lo magazini unikeza impendulo evela eBhayibhelini. Ubuye uchaze indlela ubuhle obuyogcina bubunqobe ngayo ububi.” Funda eyabaseRoma 16:20.

Phaphama! Jan.

“Uke uzibuze yini ukuthi umhlaba uyobe unjani eminyakeni engu-20 noma engu-30 ezayo? [Lindela impendulo bese ufunda iHubo 119:105.] IBhayibheli lisikhanyisela indlela ukuze sikwazi ukubona ukuthi ikusasa lisiphatheleni. Lo magazini uhlola iziprofetho ezibonisa ukuthi siphila kuyiphi inkathi nokuthi kungani singalindela ikusasa eliqhakazile.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela