Uhlu Lokuphakathi
June 22, 2000
Ingabe Kufanele Ukholelwe Yikho Konke Okuzwayo?
Iningi lethu lithola intilibathwa yokwaziswa nsuku zonke. Kuluhlobo luni? Ungalihlunga kanjani iqiniso emangeni?
4 Ukusetshenziswa Kabi Kokwaziswa
9 Ungabi Yisisulu Senkulumo-ze!
20 Ama-aspirin Nsuku Zonke—Ngiwaphuze Noma Cha?
22 Ukufunda Okukhulu Esiqhingini Esincane
30 Okuphawulwa Abafundi Balo Magazini
Ngemva Kweziphepho—Umsebenzi Wokutakula EFrance 15
Funda ukuthi yini eyenziwa ukuze kusizwe abaningi babhekane nenhlekelele eyabangelwa yiziphepho ezimbi kunazo zonke ezake zahlasela iFrance eminyakeni engaphezu kwengu-300.
Izingozi Zokucela Ukugitsheliswa 26
Kulabo abacela ukugitsheliswa, yiziphi izinyathelo zokuphepha ezibalulekile ukuze bagweme ukuba yizisulu?